News

Uthathwe yisifo samaphaphu umculi obeyisishoshovu sokulwela ukuthi asafufusa anikezwe ithuba uThabo "My Lord" Mkhize oshone ngoMsombuluko.
UMGADLI weChippa United, uXolani Sithole, wethembisa ukuthi yena nozakwabo bazibophezele ngokubhukula ngesizini ezayo ka-2025/26 ukuletha injabulo kubalandeli baleli qembu abaleseka kunzima.
Unqunyelwe ugwayi katiki ukuthi axolise esidlangalaleni kuLondie London ungakashayi u-5 ntambama ngoLwesithathu ngale ...
NAPHEZU kokuba umsakazi weGagasi FM uMinnie Ntuli esehlabe ikhefu emsebenzini kodwa siya ngokwanda isibalo sabasayina ...
INKAMPANI ephethe eziyisikhombisa ngaphansi kwayo iStellantis iqhube imizamo yayo yokundlondlobala kuleli ngokwethula i-Opel Grandland entsha. IStellantis ifuna kushaye u-2027 okungenani isikhonya ...
Ukweseka abantu ukuthi bazimele ngokomnotho nokufunda ngemali kwenze usomabhizinisi waKwaMashu ngokubambisana nozakwabo baqale uchungechunge lomjikelezo wokusiza mahhala.
Enkulumweni yokumethula, uMaMkhize uthe ufuna ukubuyisa ukuzigqaja kubalandeli beHighlanders engelinye lamaqembu amakhulu ...
IZIKHULU zeKaizer Chiefs zibambe umoya ngokulunga kwamaphepha omdlali omusha, uSiphesihle Ndlovu, okuvela ukuthi uzanyelwa ...
Showing articles for tag 'matric-exams' ...
Kuphume ompetha abasha kwiSolezwe Soccer Cup iDurban Spurs neToti Ladies benqoba imidlalo yabo yamanqamu ngeSonto ntambama.
ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini siphonsele inselelo abaholi ukuba balwe nendlala ngesikhathi sihlonishwa ePhalamende lase-United Kingdom. IMbube ithe ifisa ukuchonywa kwayo uphaphe ...
UHLABEKE umxhwele ngendlela iqembu elilungise ngayo amaphutha elawenza emdlalweni wokuqala ngesikhathi liqumba phansi i-Italy ngo 45-0 emdlalweni wesibili eNelson Mandela Bay Stadium eGqeberha, ...